Jump to content

Ikhasi Elikhulu

Kubuya ku Wikipedia
Siyakwamukela kuWikiphidiya yesiZulu,
Umthombo obalulekile ongahlelwa yiwo wonke umuntu.
Manje, sekunezilotshwa eziyizi- 12,595 ngesiZulu. Masiqale!

Isibhalwa esiqhakanjiswayo

Isikhumbuzo SeSilo uShaka siyisiza sefagugu esesifundazweni saKwaZulu-Natali eNingizimu Afrika. Kulendawo yilapho kulele khona Ilembe eleqa amanye amalembe okuyiSilo samaZulu uShaka kaSenzangakhona, maduzane nendawo lapho asocongelwa kuyo ngabofowabo uDingane kanye noMhlangana, endaweni yakwaDukuza mhla zingama-24 kuSepthemba we-1828 ehlezi edwaleni, namuhla eliseduze nesikhumbuzo. Le litshe lesikhumbuzo lakhiwa endaweni yaseNewcastle, lamiswa ngonyaka we-1932 eduze nedlinza lakhe. okwengeziwe....

Ingabe bewazi ukuthi...

AmaZulu esina ngokwesiko

...Isiko (noma usiko) isicabango esihlanganisa ukuziphatha ngokwenhlalo, Izikhungo nemikhuba engokwenhlalo okutholakala emphakathini yabantu, kanye nolwazi, izinkolelo, ubuciko, imithetho, izinkambiso, amakhono, izimo zengqondo, nokuziphatha kwabantu emaqenjini abo ?

... Usuku Lwamagugu Umvalo womphakathi waseNingizimu Afrika ogujwa minyaka yonke mhla zingama-24 kuSeptemba minyaka yonke. Ngalolu suku bonke abantu base Ningizimu Afrika bagubha amasiko abo wonkana ?

...Inzalo yelanga yisikhathi lapho iLanga libonakala linqamula inkabazwe yasezulwini, libheke eningizimu. Ngenxa yokwehluka phakathi konyaka wekhalenda nonyaka wasezindaweni zenjikalanga, ulinganosuku lukaSeptemba lungenzeka kusukela ngoSeptember 21 kuya ku-24 ?

Amaqiniso...

Ifagugu lesiko liyifa elibonakalayo nelingabonakali leqembu noma umphakathi elizuzwe ezizukulwaneni ezedlule. Akuwona wonke amafa ezizukulwane ezedlule "angamafagugu". Kunalokho, ifagugu likhethwa amalungu omphakathi. Ifagugu lesiko lihlanganisa izakhiwo, izikhumbuzo, iziza, imibhalo egciniwe, izincwadi, imisebenzi yobuciko, amalondolondo, njengezinganekwane, izinkambiso, ulimi, nolwazi, izindawo ezibalulekile ngokwesiko, nenkithinkithi yemvelo. (okwengeziwe...

Izibhalwa ngokwezihloko

Amazwe: iAngola - iButswana - iZimbabwe - iNamibhiya - iMozambiki - iKongo - Eswatini - iZambia - iRashiya - iJalimani - iNgilandi - iFulansi - iSpaniya - iMelika - iKhanada - iMekisiko - iShayina - iTheki - i-Ostreliya - iNyuzilandi

Izilimi: isiZulu - isiNgisi - isiJalimani - isiSpeyini - IsiKhathalani - isiTaliya - IsiShayina - IsiJaphani - IsiRashiya - IsiHebheru - isiBhunu - isiXhosa - isiSuthu - Isi-Arabhu

IZilo zaKwaZulu: ISilo uShaka - ISilo uDingane - ISilo uMpande - ISilo uCetshwayo - iSilo uDinizulu - ISilo uSolomoni - ISilo uBhekuzulu - ISilo uZwelithini - ISilo uMisuzulu

Amaholide: Usuku lwenkululeko - Usuku Lwabasebenzi - Ukhisimuzi - Usuku lwabesifazane - Usuku lwaMalungelo Esintu - Usuku lwephasika

Imidlalo: Umbhoxo - Ibhola lezinyawo - Iqakamba - Isibhakela - Umnqakiswano

Izilwane: Inhlanzi - Iziququdi - IsiNcelisi - Iselesele - Indlulamithi - ibhubesi - inyamazane - inkomazi - izimvu - inkalankala

Imizulane: UMhlaba - uNomjubane - uNokhwezi - uNotshezi - uNolundwa - uNomaxhama - uNomakhekheba - uNogxada - uNohunga - uNomadwala

Ukudla: utamatisi - Amazambane - uphuthu - amaqanda - inyama - isinkwa - ubisi - Ushukela - ubhanana

Imvelo: intaba - umfula - ulwandle - impophoma - ichibi - iqhwa - amanzi - Insungubezi - Amafu -Umoyambulunga

Izinhlwa: igolide - isiliva - ibhulonze - insimbi - umthofu - IsAlumbe - IKhazi - IHwanzi - UmThanya - INihwe

Ubuchwepheshe: amahlelokusebenza - umakhalekhukhwini - Indizamkhathi - IsiCikizi - IsiThununu - Isiqavithi - UHlakahlisombulu - Indongoyi

Izithombe eziqhakanjiswayo

Umkhosi Womhlanga ungumkhosi lapho izinkulungwane zezintombi zihlangana khona eNyokeni esigodlweni seNgonyama yamaZulu ngoMandulo unyaka nonyaka. Umkhosi womhlanga isiko lokukhuthaza ubumsulwa ezintombi nokuhlonishwa kwabesifazane abasebasha, baphinde bafundiswe nokuhlonipha isigaba sobuntombi.
Usizo ngokubhala

Wamukelekile ukuba ufunde ukuhlela izibhalwa kwiSandbox.

IWikiphidiya ngezinye izilimi

Amanye ama-Wikiphidiya amancane ngeziLimi zaseAfrika

IsiBhunu · Akan · አማርኛ · Bamanankan · Chi-Chewa · chiShona · chiTumbuka · Ɛʋɛ · Fulfude · Gĩkũyũ · هَوُسَ · Ìgbo · isiXhosa · Kinyarwanda · Kirundi · Kiswahili · Kongo · Lingala · Luganda · Malagasy · مصرى · Oromoo · Sängö · IsiSuthu · Setswana · SiSwati · Isindebele · Soomaaliga · Taqbaylit · ትግርኛ · IsiVenda · Twi · Wolof · Xitsonga · Yorùbá ·

(Uma udinga Ama-Wikiphidiya amakhulu, bheka ku-bar esesayidini)

Uhlu lwawo wonke amaWikiphidiya (List of all Wikipedias)